Late Emsebenzini
Late Emsebenzini

Nimbus - Late Emsebenzini Lyrics

7
Late Emsebenzini Music Video

Late Emsebenzini Lyrics

Hhey
Kwaze kwamnandi ukujabula nani
Phela kuhle ukuzizwisa
Namhlanje siyaziwisa

Ngathi k'sasa mina ngizofika-late (Z'yawa!)
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late

Nal' iqiniso akusizi ukuphika, 'ma uzolala
Uphuzile uzophuza uk'fika emsebenzini namanje
Uyaphinda, uzovele uwehle 'ma uqedakujika
Ngoba is'phongo sifudumele uw'Khandashisa
Udinga is'cima, usuz' uyabila
Uvele waz'gila ubungazi uyisigqila, awulona ivila
Ubuthi uyaphila
Yey
Mina ngathi ngizofika late (Late!)
Ngenza ngamabom' futhi (Ngamabomu)
Ngenkathi ngisemcimbini ngibone enye intombi futhi (Ntombifuthi!)
Lokho kusho into eyodwa, kugcewele i'intombi zodwa (Ntombizodwa!)
Zinhle zona kodwa ziphila is'lungu sodwa, ngikhulume noyedwa
Wang'cabuza ngathi woza, ngavele ngabona ukuthi

Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late (Nakanjani!)
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini

Ya Ya
Ngiyakutshela-boss, i-boss yami nayo uyazi ukuthi ubani i-boss
Uqhub' i-Porsche kodwa imina engibasa i-torch
Uphila-soft kodwa angikayi thol' i-off (Yewena!)
Angeke ngifike-early makonakala angizi ngeni (Yewena!)
Angifuni uk'vuk' ekuseni ngisul' i'imbici ebusweni
Ngihola imali yama gwinya inhlama eqinile
Benza engathi imali ayikho, kanti imali ifihliwe
Njengo Lumka ngithi awungiyeke nge'slungu (Awungiyeke!)
Ngidliwa ngaphakathi engathi ngigwinye i'ibungu (Awungiyeke!)
Angifuni ukucwili ngizizwise ubuhlungu
Ngiyaphuma eManzini ngoba ngiphethwe yis'Zungu
Ngifikelwe yis'vungu, kwagcwala i'inkungu
Ngakhumbula ngenkathi mina ngisase libhungu
Izinto ezinhle nami vele ng'yaz' thanda 'ma unganyisi
Ng'yahamba, uzothola omunye ozomqasha
Yey

Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late (Nakanjani!)
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini

Writer(s): Mlungisi Sithole
Copyright(s): Lyrics © DistroKid
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Late Emsebenzini

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Late Emsebenzini".

Latest Blog Posts
Lyrics Discussions

1

47
by Jon Bellion ft. Blaque Keyz

1

264
Hot Songs

5

2K

1

672
Recent Blog Posts