Akulona Iphutha
Lyrics
Kubalulekile
Ukuzincomel'umuntu wakh' akulon'iphutha
Kubalulekile
Ukuzincomel'umuntu wakh' akulon'iphutha
Kubalulekile
Ukuzincomel'umuntu wakh' akulon'iphutha
Kubalulekile
Ukuzincomel'umuntu wakh' akulon'iphutha
Menz'abon'ukuthi ubalulekile
Kumel'umenz'abon'ukuth uyamthanda (Kubalulekile)
Menz'abon'ukuthi ubalulekile (Ukuzincomel'umuntu wakh')
Kumel'umenz'abon'ukuth uyamthanda (Kubalulekile)
Menz'abon'ukuthi ubalulekile (Ukuzincomel'umuntu wakh')
Kumel'umenz'abon'ukuth uyamthanda
Menz'abon'ukuthi ubalulekile
Kumel'umenz'abon'ukuth uyamthanda
Um'ungamuncomi bayamuncoma ngaphandle
Kukhona bamutshelayo kuthi muhle
Um'ungamuncomi bayamuncoma ngaphandle (Mabemthatha abanye bamenze lent'ongayenzi kuye)
Kukhona bamutshelayo kuthi muhle (Uzosol'ubani ngob'uzenze wena)
Um'ungamuncomi bayamuncoma ngaphandle (Mabemthatha abanye bamenze lent'ongayenzi kuye)
Kukhona bamutshelayo kuthi muhle (Uzosol'ubani ngob'uzenze wena)
(Mabemthatha abanye bamenze lent'ongayenzi kuye)
(Uzosol'ubani ngob'uzenze wena)
Menzabon'ukuthi ubalulekile uyamthanda
Kumele ukwenze konke abon'ukuthi uyamthanda
Menzabon'ukuthi ubalulekile uyamthanda
Kumele umenz'abon'ukuthi uyamthanda
Menzabon'ukuthi ubalulekile uyamthanda
Kumele umenz'abon'ukuthi uyamthanda
Menzabon'ukuthi ubalulekile uyamthanda
Kubalulekile
Ukuzincomel'umuntu wakh' akulon'iphutha
Um'ungamuncomi bayamuncoma ngaphandle
Writer(s): DUMISANI SFANELE ZULU
Copyright(s): Lyrics © Downtown Music Publishing
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
The Meaning of Akulona Iphutha
Be the first!
Post your thoughts on the meaning of "Akulona Iphutha".