Inhlonipho
Lyrics
INHLONIPHO
Chorus
Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho)
Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)

Verse
Whoo shwele thongo nansi ismanga sami
Azisangilaleli izingane zami
Zishaya indiva ngisho uMthetho wami
Zenza ngingabaze nobudoda bami
Sengikhalela ngisho inkomo zami
Ngazidayisela umlungu wami
Kuze zona zifunde nje heeeh
Kuze zona zifunde nje heeeeeeh
Kunzima
Mahlaba impela ngathi ngyawushiya
Nkonyane gula impela ziyawuchitha
Mafavuke ischitho lesi siza
Ngyobonga ksasa mangisaphila
Nhliziyo yami ingakhathalanga
Ngoba iyona lena elimala njalo njalo
Ngyalima
Nhliziyo yami iyafadalala
Nomzimba wami uyakhathala
Ngane zami zona ziyawugandaya
Lezinsukuzami zokugcina
Ngyobonga mangabe ngisaphila njeeeh
Phila njeeeh
Chorus
Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho)
Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)
Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho)
Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)
Verse
Solokhu kwaphela amatoho impela ziyangisha inhloni
Angazi kwenzekani emzini wami kugqigqi iziboni
Ingane zami izimpumputhe impela azingiboni
Noma sengizame kangaka, noma sengizame kangaka bantabami
Aningitshe
Vulani indlebe nilalele
Niqaphele
Lamazwi engizowashi nje
Nhlonipho ikwedlula konke, ikwedlula konke
Ikwedlula konke bantabami Yiiiihhiii...
Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam
Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm
Hhwoooooyoo
Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam
Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm
Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam
Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm
Hhwoooooyoo
Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam
Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm
Chorus
Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho)
Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)
Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho)
Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)
Writer(s): Lindokuhe Mnqobi Msimango
Copyright(s): Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
The Meaning of Inhlonipho
Be the first!
Post your thoughts on the meaning of "Inhlonipho".