Umusa Kankulunkulu (Mercy of God)
Lyrics
Wozumbamb' (Wozumbambezele, l'yoshon' ilanga)
Zonelani, ubuhlungu
Omuny' umuntu mayedalakadel' odongweni ningabom' hleka
Nibom' thandazela
Musa kaNkulunkulu
Musa, Musa (Musa, madoda)
Musa kaNkulunkulu (Musa, zinsizwa, ngoba)
UNkulunkulu unomusa
Lalelani (Lalelani, Lalelani)
Ubab' unomusa. Indodan' inomusa
Nomam' unomusa, musa kaNkulunkulu
Useza, Useza, Nangoke, esefikile
Wozanini bantwanyana nizojabula (Useza, Useza, Nangoke, esefikile)
Wozanini bantwanyana nizojabula (Ngenan', Ngenan', Ngenani ngesango)
Woza nawe. Woza nami (Ngenan', Ngenan', Ngenani ngesango)
Woza nawe. Woza nami (Useza, Useza, Nangoke, esefikile)

Asim'thandazeleni, asim'khulekeleni
Lo m'nto osolayo (Khona angez' uk'lahleka endleleni)
Asim'khulekeleni, asim'thandazeleni

Asim'khulekeleni. Asim'thandazeleni

Amen
Amen, Halleluja, Amen
Writer(s): JOSEPH SHABALALA
Copyright(s): Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
The Meaning of Umusa Kankulunkulu (Mercy of God)
Be the first!
Post your thoughts on the meaning of "Umusa Kankulunkulu (Mercy of God)".