Ungowami
Ungowami

Mzukulu, Nue_Sam - Ungowami Lyrics

5
Ungowami Music Video

Ungowami Lyrics

Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami

Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Mina ngihlale nawe
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma

Usutshali imbali yothando kwinhliziyo yami
Usutshali imbali yothando lakwinhliziyo yami
Mina ngiyafunga ma kungathiwa ngikhethe kakusha ngingapika wena futhi
Ungigcina njalo ngimamatheka futhi, sobabili siyazi ukuthi
UNkulunkulu wathi mayengidala waloba ukuthi
Umsuli wezinyembezi zami kuyoba nguwe
Usondez' umzimba wami eduze
Mlungisi wamaphutha ami omkhuzo
Mthambisi wezindebe zami mkhuzi
Im'thwalo yakho ngizakuy'tatamisa ayingеthusi wena awungehluli
Sobabili sidalelwеne uthando yisithandwa

Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Mina ngihlale nawe
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma

Sofanelana njengamajuba
Ilanga liphuma empumalanga lishona entshonalanga
Ndabezitha Ndabezitha nkonyana kaNdaba Ndabezitha
Nguye lona uMalukazana Ndabezitha Ndabezitha Ndabezitha
Nguye lona uMalukazana Ndabezitha
Angifuni omunye muntu ngifuna yena yedwa
Ndabezitha Ndabezitha
Ngakhiwele wena

Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele mina
Wakhiwele ube ngowami
Mina ngihlale nawe
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma
Wakhiwele ukuba
Wakhiwele ube ngowami
Vuma vuma

Writer(s): MFANAFUTHI RUFF NKOSI, DUMISANI SFANELE ZULU, NOSIPHO KHUZWAYO
Copyright(s): Lyrics © Downtown Music Publishing
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Ungowami

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Ungowami".

Lyrics Discussions
Hot Songs
by SZA

1

271
Recent Blog Posts