Vuma Dlozi
Vuma Dlozi

Big Zulu, Mnqobi Yazo - Vuma Dlozi Lyrics

12
Vuma Dlozi Music Video

Vuma Dlozi Lyrics

Shwele nkabi

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka ngibon' usizi oluzayo la
Awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama
Wololowo ma
Wololowo

Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma

Ngokuphumelela kwami, ngathol' amazondo nganilaya
Ekuhluphekeni kwami, ngashiya nogogo ngakhala
Aw ngivikele dlozi lami, ngiy'nkabi ngingqongqo nginganixaka
Awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisapha
Thokoza gogo, lempumelelo kodwa singifakele izitha
Ngahlomul' indondo, ngokuphokophela
Ngezwa sekukhonkoth' izinja
Ngaziphonsel' ithambo zaxabana zodwa
Wenkabi bokhuza amadika
Ngadons' uBrentwood ngangena kwingezo
Ezami ngaziphonsela ipizza
Inkabi inganigila
Ngaybiza nabhimba
Ngazibiza ngenkabi, nazibiza ngenkabi, bafana nganidida
Ngoshuni nginganixina
Ngenduku nginganidinda
Ngazigubhel' umgodi, bangilethel' isdumbu
Ngavele ngasigqiba

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo

Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma

Shwele Makhosi, ngizwa ngiyasindwa
Naz' izitha zingilandela
Isihlalo sobukhosi, lesi siyashisa
Gobel' ungivulel' indlela
Ngivikele dlozi, ngiphephise kwizitha
Gogo ke ungishisele impepho
Angilwi neyngane, mfana usemncane
Igazi lingakfinyisa ikhehla
Ngihamba ngophondo, yebo inkabi inendondo
Nginibukela phansi ngoshuni wenkabi
Ngaligqobha lezozo
Loshuni owendlondlo
Yebo umkhaya unenzondo
Ngambuyisela emuv' uMafikizolo ngadlal' u 2Bob
Kuvumil' idlozi, udubile udoti
Ningangitsheli, inkabi inganilanda
Bavumile ayihloli, ivuyil' indoni
Nalentomb' iyangithanda
Bagugel' eGoli, babuyile aniboni
Nibatshele bandlale ngizolala
Bachoma ngekhekhe, ngazicelela inkomo notshwayi
Ngavele ngayihlaba

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo

Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma

Ngizofika sebedubile
Ngizoyibiza sebevukile
Lenkabi sebeyivumiile
Yangena baybiza uBadumile
Ngizogeza sebegezile
Ngenduku sebeguqile
Bacutha ngemkhonto ke baphel' amandla
Inkabi kad' idlulile

Ngazalwa ngabikwa nashiywa
Ngabamba zaqina nganixina
Nganfaka esbayeni, nganiqobel' inyama
Nakhala ngeyinzipho ngankhipha
Ngagadla nganithinta nalila
Ngathatha ngakhipha ngakhwifa
Nganinik' uBrentwood nachamel' isoka
Washayi los gat ngamkhipha
Ungangitsheli ngo Skrrr skrrr
Inkabi ayini feeli
Bakhul' eslungwini, bachamel' endlini lenyefu abayikhiphi
Ngengezo abazithinti
Ezami abayfici
Baqhathwa noshuni bakhulum' islungu
Tolika bathini

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo

Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma vuma

Writer(s): SIYABONGA SIDNEY NENE, LINDOKUHLE MQOBI MSIMANGO, SIPHESIHLE MAGASELA
Copyright(s): Lyrics © Downtown Music Publishing
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Vuma Dlozi

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Vuma Dlozi".

Latest Blog Posts
Lyrics Discussions

1

10
Hot Songs

2

2K
Recent Blog Posts